Ngosizo
Okufanele ukwenze
Isikhathi esinqunyiwe
Kubiza malini
Amafomu okumele agcwaliswe
Imininingwane yokuxhumana
Ngosizo mayelana nokusungula inhlangano yabacimi mlilo
Ungasungula inhlangano yabacimi mlilo ukuvikela nokucabangela uphinde uqaphe futhi ucishe umlilo ngakini uma:
- Unomhlaba okungowakho.
- Uqashile lapho.
- Unesikhundla esiphezulu endaweni yangakini.
- Uqokiwe ukuqaphela umhlaba kahulumeni kanye nomhlaba wamasosha (South African National Defence Force )
- Ubhekele umhlaba ngaphansi kwemvume yasenkantolo ephezulu.
Kumele uhlale ezindaweni ezi:
- Ezijwayele ukuba namalangabi omlilo.
- Ezisencupheni yokusha.
- Ezinehlane nezihlahla noma izitshalo.
Angeke ukwazi ukusungula inhlangano uwedwa nje vo. Kumele kube abantu abaningi abaphila kuleyo ndawo.
Umsebenzi wenu njengenhlangano yababaqaphi mlilo:
- Ukuthuthukisa nokusungula izindlela zokucisha umlilo endaweni.
- Yazi izimbangela zezinto ezidala umlilo.
- Xoxisanani ngobungozi bomlilo namalunga ekomidi endaweni yenu.
- Xhumanisa uphinde uqeqeshe amalunga ekomidi lezicisha mlilo langakini, nakekela uphinde uvikele ukusha.
- Nika uMinista wezokutshala (Minister of Agriculture, Forestry and Fisheries (DAFF)) izibalo mayelana nokusha komlilo endaweni yangakini.
- Nikeza ulwazi olufunwa uMinista ukuvikela ukusha kwamapulazi.
Okufanele ukwenze
- Biza umhlangano nabantu abafanele.Call a meeting with interested qualifying individuals
- Uma kunesinye isikhungo sezicisha mlilo esikhona eduze , kumele ubhale incwadi ubhalele labo ubazise ukuthi usungula esinye isikhungo sokucisha umlilo ubize no Mphathi wabo omkhulu emhlanganweni
Bhala amaminithi omhlangano okumele abe nalokhu:
- Ngabe lube khona yini uncedo ekusungulweni kwesikhungo esisha saba cimi mlilo.
- Inani lamavoti avumela ukusungulwa kwesikhungo.
- Inani lamavoti aphikisana nokusungulwa kwesikhungo kanye
- Nenani labantu abangafunanga ukuzwakalisa izimvo mayelana nokusungulwa kwalenhlangano.
- Bhala usayine isivumelwano esisho ukuthi usungula futhi uyilinga lenhlangano.
- Qoka umphathi sihlalo kanye nekomidi elikhulu.
- Nikeza ngegama lenhlangano kanye nohlaziyo lwendawo yakho.
- Gcina ibhuku lemihlangano kanye nezinombolo nama kheli abo bonke abantu abebethamele umhlangano.
- Letha i Form 1 ukuqedela nokuvunyelwa u DAFF.
- Uma u DAFF esivuma isicelo, kumele ulethe u Form 2 kanye nalokhu okulandelayo:
- Amaminithi omhlangano.minutes of the meeting
- Umthetho wase FPA.
- I plani lebhizinisi kwa FPA elihlanganisa umlilo waseplazini kanye nemithetho, izinqubo migomo yebhizinisi.
Amafomu okumele agcwaliswe
Forms are available from the Department of Forestry, Fisheries and the Environment
Department of Forestry, Fisheries and the Environment
Tel: 012 319 6000
Forestry Regulation & Oversight
Mr AR .Madula | |
Tel: 012 309 5710 |
|
Fax: 012 309 5840 |
|
E-mail address: RennyM@daff.gov.za |